Izikhangisi kumavidiyo owabukelayo

Izikhangiso ezidlala kumavidiyo we-YouTube noma ku-Shorts ozibukayo zenzelwe izintshisekelo zakho. Zisuselwe kumasethingi akho ezikhangiso ze-Google, okuqukethwe okubukile, nokuthi ungene ngemvume yini noma cha.

How to personalize the ads you see on YouTube and Google

Bhalisela isiteshi Sezibukeli Ze-YouTube ukuze uthole izindaba zakamuva, izibuyekezo, namathiphu.

Uma usungene ngemvume, lezi zimpawu ezingaziwa zinquma ukuthi yiziphi izikhangiso ozibonayo:

  • Izinhlobo zamavidiyo owabukile
  • Ama-app kudivayisi yakho kanye nokuwa sebenzisa
  • Amawebhusayithi owavakashelayo
  • Izihlonzi ezingaziwa eziphahelene nedivayisi yakho yeselula
  • Ukusebenzisana kwangaphambilini nezikhangiso ze-Google noma amasevisi okukhangisa
  • Indawo yendawo yakho
  • Ibanga lobudala
  • Ubulili
  • Ukuxhumana kwevidiyo ekuYouTube

Lezi zikhangiso zisekelwe okuqukethwe kumaviiyo owabukile ukuthi ungene ngemvume noma awungenile.  

Hlela amasethingi ezimfihlo zesikhangiso

Ungakwazi ukulawula izikhangiso ozibonayo ngokusekelwe yi akhawunti yakho ye-Google namasethingi ezikhangiso. Ungakwazi futhi uku buka, ukususa, noma ukumisa yomlando wakho wokubuka ku-YouTube.

Vala izikhangiso

uma ufuna ukuvala izikhangiso ku-YouTube, hlola ubulungu bethu obukhokhelwayo ukuze uthole okwenzayo ngaphandle kwezikhangiso. 

Ukuze uyeke ukubona isikhangiso esithile ngaphandle kokusibika, khetha Okwengeziwe '' noma Ulwazi bese Vimba isikhangiso  esikhangisweni. Lokhu okukhethwa kukho kutholakala kuphela uma ukhetha ukwenza ngendlela oyifisayo izikhangiso ozibona Esikhungweni Sami Sezikhangiso.

Bika isikhangiso

Uma ubona isikhangiso ongasithandisisi kahle sebenzisa ulwazi olungezansi ukuhlela amasethingi esikhangiso sahko. Uma ubona isikhangiso esingalungile noma esiphula ngishoIzinqubomgomo zezikhangiso ze-Google, , Ungasibika. 

Ukuze ubike isikhangiso, khetha Okwengeziwe '' noma Ulwazi bese Bika isikhangiso  noma khetha ukugcwalisa leli fomu bese uyalithumela. Ithimba lethu lizobuyekeza umbiko wakho wesikhangiso futhi lithathe isinyathelo uma kufanele. 

Ukubika ngezikhangiso kutholakala kuphela kuselula ye-YouTube nakukhompuyutha.

Gcwalisa amafomu okuhola

Uma uvula ifomu eliholayo kumkhankaso wevidiyo ku-YouTube, ezinye izinkambu zigcwalisa kusengaphambili uma ungene ngemvume ku akhawunti yakho ye-Google.

Ingabe lokhu kube usizo?

Singayithuthukisa kanjani?
Sesha
Sula usesho
Vala usesho
Imenyu eyinhloko
9432938596203363767
true
Sesha isikhungo sosizo
true
true
true
true
true
59
false
false