Amathuluzi edatha nawokulinganisela ukusebenza ku-YouTube

Finyelela kuzibalo zakho ukuze ulinganisele ukusebenza kokuqukethwe kwakho ngamathuluzi asebenziseka kakhulu kubasunguli nabanikazi bokuqukethwe. Funda ukuthi ungaseyibenzisa kanjani idatha ukukala ukusebenza usebenzisa izibalo eziku-YouTube.

Finyelela kuzibalo zakho

Inothi: Uma unama-akhawunti amaningi, qinisekisa ukuthi ungene ngemvume ku-akhawunti ofuna ukuyiphatha.

  1. Ngena ngemvume ku-YouTube Studio.
  2. Kusukela kumenyu engakwesokunxele, chofoza Izibalo.

Idatha Yabasunguli

Idatha Yabanikazi Bokuqukethwe

Ama-YouTube Analytics API

I-YouTube Analytics API ne-YouTube Reporting API zinikeza ukufinyelela kudatha ye-YouTube Analytics. Qonda okufanayo nokuhlukile ukuze ukhethe i-API ye-application yakho. Funda kabanzi

  • I-YouTube Analytics API: I-YouTube Analytics API isekela imibuzo eqonndiwe yesikhathi sangempela ukuze ikhiqize imibiko yomuntu ngamunye ye-YouTube Analytics. Funda kabanzi
  • I-YouTube Reporting API: I-YouTube Reporting API ithola imibiko yenqwaba equkethe idatha ye-YouTube Analytics yesiteshi noma yomnikazi wokuqukethwe. Funda kabanzi.

Ingabe lokhu kube usizo?

Singayithuthukisa kanjani?
Sesha
Sula usesho
Vala usesho
Imenyu eyinhloko
17189616391985788505
true
Sesha isikhungo sosizo
true
true
true
true
true
59
false
false