Thola Usekelo Lukanjiniyela

I-Google Play ihlose ukuqinisa onjiniyela ngokubanika amathuluzi nezinsiza ezisekela ukukhula kwabo. Uma ungunjiniyela futhi unenkinga nge-Google Play noma ukufinyelela amasevisi e-Google Play, sicela usazise. Ungabika lezi zinkinga kithi usebenzisa imiyalelo engezansi:

  • Ezinkingeni ezimayelana nesenzo sokuphoxelela esisithethe ngokumelene nohlelo lwakho lokusebenza noma I-akhawunti yakho Kanjiniyela, ungakhalaza ngaleso sinqumo ngokulandela imiyalelo esikunike yona nge-imeyili ekwazisa ngaleso senzo. Le yindlela eshesha kakhulu neyanele yokuxhumana nathi. Ngakolunye uhlangothi, ungakhalaza ngaleso sinqumo lapha. Mayelana nolwazi olubanzi ngokukhalaza ngesenzo sokuphoxelela, chofoza lapha.
     
  • Mayelana nazo zonke ezinye izinkinga, sicela usebenzise ifomu lethu laku-inthanethi

Amathimba ethu azobuyekeza futhi acubungule lokho okuthumele lapho kutholakala. Izinkinga eziyinkimbinkimbi kakhudlwana zizothatha isikhathi eside ukucutshungulwa.  Sicela ungathumeli izicelo eziyimpinda, njengoba lokhu kungabambezela ukucutshungulwa kwesicelo sakho sokuqala.


 

Ingabe lokhu kube usizo?

Singayithuthukisa kanjani?

Udinga usizo olungaphezulu?

Zama lezi zinyathelo ezilandelayo:

Sesha
Sula usesho
Vala usesho
Imenyu eyinhloko
6321448029539926808
true
Sesha isikhungo sosizo
true
true
true
true
true
92637
false
false